Dlulela kokuphakathi

Ezothando

Izithandani uzibona yonke indawo. Usukulungele ukuzitholela esakho? Uma kunjalo, ungawagwema kanjani amaphutha, wenze izinqumo ezinhle ezizokuholela emshadweni ojabulisayo?

Ngaphambi Kokuthandana Nomuntu

Ingabe Ngikulungele Ukuthandana Nothile?

Amaphuzu amahlanu akusiza ubone ukuthi ukulungele yini ukuthandana nothile nokushada.

Kubi Yini Ukwenza Sengathi Ufuna Ukuthandana Nothile?

Kubi yini ukwenza sengathi ufuna ukuthandana nothile? Ontanga yakho baxoxa ngokuthi ukhona yini ongalimala uma ukwenza.

Unobungane Noma Wenza Sengathi Ufuna Nithandane?

Into omunye angayibheka ngokuthi ukuba nobungane, ingenza omunye acabange ukuthi ufuna nithandane. Ungakugwema kanjani ukudlulisela umyalezo ongafanele?

Ubungane Noma Uthando?—Ingxenye 1: Ezani Izimpawu Engizitholayo?

Thola amacebiso angakusiza wazi ukuthi othile ukuthumelela izimpawu zothando noma umane efuna ubungane nje.

Ubungane Noma Uthando?—Ingxenye 2: Ezani Izimpawu Engizithumelayo?

Kungenzeka yini umngane wakho azitshele ukuthi ufuna nibe ngaphezu kwabangane nje? Bheka la macebiso.

Ukubhekana Namaqiniso

Ingabe awuqiniseki ukuthi ubungane noma uthando? Phendula le mibuzo mayelana nawe nangalowo ocabanga ukuthi uyakuthanda.

Ukubeka Imingcele

Thumela imiyalezo eqondile kubangani bobulili obuhlukile.

Yini Engingayilindela Emshadweni?​—Ingxenye 1

Hlobo luni lwezinzuzo nezinselele okufanele ululindele emshadweni?

Yini Engingayilindela Emshadweni?—Ingxenye 2

Funda ngokuthi ungazilungiselela kanjani izinselele ezingalindelekile ekuphileni kwasemshadweni.

Isikhathi Sokuthandana

Ingabe Uthando Noma Ukuthatheka?

Thola ukuthi ukuthatheka nothando lwangempela kuyini.

Lithini IBhayibheli Ngokukipita?

Imiyalo kaNkulunkulu isitshela ukuthi singabenza kanjani ubuhlobo nemindeni yethu bufudumale, futhi imiyalo yakhe ihlale ibasiza labo abayilalelayo.

Luyini Uthando Lweqiniso?

Izimiso zeBhayibheli zingawasiza amaKristu ekukhetheni abangane abahle bomshado nasekubonisaneni uthando lweqiniso ngemva komshado.

Ukuhlukana

Ukuhlukana Nomuntu Obuthandana Naye

Ungaqhubeka kanjani nokuphila ngemva kokuhlukana kabuhlungu nobuthandana naye?

Yini Engingayenza Uma Ngihlukene Nomuntu Ebengithandana Naye?

Funda indlela yokululama kulobo buhlungu benhliziyo.