MASHI 14, 2018
EMALAWI
Umkhankaso Wokubhala Izincwadi Zokusiza Abafowethu BaseRussia—EMalawi
Lalela njengoba abafowethu nodadewethu baseMalawi bechaza indlela abazizwa ngayo ngokuba ingxenye yalo mkhankaso. Abaningi kulabo okuxoxwa nabo bathi lokhu kubakhumbuza umkhankaso ofanayo owaba khona ngawo-1970 ukuze kusizwe oFakazi baseMalawi.