Dlulela kokuphakathi

Obekufakwe Ekhasini Lokuqala

 

Ingabe Ukubhikisha Kuyikhambi?

Ukubhikisha kungaba namandla ekuletheni izinguquko. Kodwa ingabe kuyikhambi ekuntulekeni kobulungisa, enkohlakalweni, nasekucindezelweni?

IBhayibheli Linawo Yini Amazwi Enduduzo?

Amavesi eBhayibheli aduduze abaningi ababhekene nezimo ezinzima kanye nezinkinga ezingokomzwelo.

Kungani UNkulunkulu Evumela Ukuhlupheka?

Abaningi bayazibuza ukuthi kungani umhlaba ugcwele inzondo nokuhlupheka kangaka. IBhayibheli linikeza impendulo eyanelisayo neduduzayo.

Ngingayithola Kanjani Injabulo Ekuphileni?

Thola impendulo ngokuqhutshelwa isifundo seBhayibheli ngencwadi ethi Phila Kuze Kube Phakade!

 

Ezempilo—Okuzokwenziwa UMbuso KaNkulunkulu

Thola indlela uMbuso kaNkulunkulu ozozinakekela ngayo izidingo zempilo yethu.

Ingabe Okubhalwe EBhayibhelini Kuye Kwashintshwa?

Njengoba iBhayibheli lilidala kangaka, sazi ngani ukuthi okubhalwe kulo akushintshiwe?

Yilwa Nomzwangedwa Ngokusiza Abanye

Iseluleko seBhayibheli singasiza.

 

Zivikele Emangeni

Izindaba ezikhohlisayo, imibiko engamanga, nezinzwabethi kuthe chithi saka, kungabanga ngisho umonakalo.

Lithini IBhayibheli Ngama-Easter?

Funda ngomsuka wamasiko amahlanu eholidi lama-Easter.

Zuza Emhlatshelweni KaJesu

Cabanga ngezinyathelo ezimbili ezibalulekile ongazithatha.

 

UJesu Uzoqeda Ubugebengu

Yini esingayenza ukuze sibonise ukuthi siyabonga ngakho konke uJesu asenzele kona nalokho asazosenzela kona?

UJesu Uzoqeda Ubumpofu

Yini esingayenza ukuze sibonise ukuthi siyabonga ngakho konke uJesu asenzele kona nalokho asazosenzela kona?

UJesu Uzoqeda Izimpi

Yini esingayenza ukuze sibonise ukuthi siyabonga ngakho konke uJesu asenzele kona nalokho asazosenzela kona?

Kungani UJesu Afa?

Abantu abaningi bayazi ukuthi uJesu wafa ukuze sithole ukuphila okuphakade. Kodwa ukufa kwakhe kusisiza kanjani ngempela?

Imibuzo Emihlanu Mayelana Nokuhlupheka Iyaphendulwa

Ukwazi iqiniso kungakusiza uthole induduzo lapho ubhekene nosizi.

Izigidi Zezigidi Ezisetshenziswe Empini

Zingakanani Ngempela Lezi Zindleko?

 

UMbuso KaNkulunkulu Uzobusa Nini Emhlabeni?

Izinto ezenzekayo zibonisa ukuthi ukubusa kukaJesu njengeNkosi YoMbuso kaNkulunkulu maduze kuzoletha izinguquko emhlabeni.

 

Angisafuni Ukuphila—Ingabe IBhayibheli Lingangisiza Lapho Ngifuna Ukuzibulala?

Umuntu ofuna ukuzibulala angasithola yini iseluleko esiwusizo eBhayibhelini?

Siyini Isibonakaliso ‘Sezinsuku Zokugcina’ Noma ‘Ukuphela’?

Ingabe sihlanganisa nezifo ezingumashayabhuqe?