Dlulela kokuphakathi

Imininingwane NgeHhovisi Nokubuka Indawo

Sikwamukela ngokufudumele ukuba uzobona amahhovisi ethu nezindawo zokunyathelisa. Thola izindawo ezikuzo nezikhathi zokubuka indawo.

 

Ukubukwa Kwezakhiwo Zegatsha: Emazweni amaningi, kusukela ngomhla ka-1 Juni, 2023, sizophinde siqhubeke nokubuka amahhovisi egatsha. Ukuze uthole imininingwane, thinta igatsha ofisa ukulivakashela. Sicela ungavakashi uma sekutholakale ukuthi une-COVID-19, unezimpawu zomkhuhlane, noma uma muva nje uke wahlangana nomuntu okutholakale ukuthi une-COVID-19.

The Democratic Republic of the Congo

75, 13e Rue, Q. Industriel

LIMETE

KINSHASA

DEMOCRATIC REPUBLIC OF THE CONGO

+243 81-555-1000

+243 99-818-9791

Isikhathi Sokubuka Indawo

UMsombuluko kuya kuLwesihlanu

Ngo-9:00 ekuseni kuya ku-10:30 ekuseni nango-1:30 ntambama kuya ku-3:00 ntambama

Kuthatha ihora

Okuvelele

Kuhunyushwa umagazini INqabayokulinda ngezilimi ezingu-8 nezinye izincwadi ngezinye izilimi ezingu-30. Kuthunyelwa izincwadi ezingamathani angu-1670 unyaka ngamunye emabandleni angaphezu kuka-??? akuyo yonke iCongo Kinshasa.

Zithathele incwajana ebonisa indawo.