Dlulela kokuphakathi

Ukuhlala Uthembekile Lapho Uvivinywa

Thola ukuthi iZwi likaNkulunkulu libasiza kanjani oFakazi BakaJehova babhekane ngokuphumelelayo nezimo ezivivinya ukholo lwabo.

Babefaka Unxantathu Ophephuli

Kungani othisha kwesinye isikole manje sebekhuluma ngoFakazi BakaJehova lapho befundisa ngezisulu zasemakamu okuhlushwa amaNazi?

Sasingeke Siyekethise Okholweni Lwethu

UDaniel Lokollo ukhumbula eshushiswa onogada basejele.

Ukwesatshiswa Akuzange Kubavimbele Ukuba Bakhonze UJehova

Umphakathi wasabela kanjani ekuphikisweni ngodlame koFakazi BakaJehova eGeorgia?

Ngizimisele Ukuba Isosha LikaKristu

UDemetrius Psarras waboshelwa ukwenqaba ukuya empini. Nokho waqhubeka edumisa uNkulunkulu, ngisho nalapho ebhekene novivinyo olunzima.

Wafunda Eziboshweni

Ngesikahthi iboshiwe e-Eritrea, enye indoda yazibonela mathupha ukuthi oFakazi bakaJehova baphila ngendlela abafundisa ngayo.

Incwadi Ngaphansi Komshini Wokuwasha

Omunye umama wasebenzisa indlela ehlakaniphile ukuze afundise amadodakazi akhe iqiniso leBhayibheli.

Abantu BakaJehova Baphendula Abefundisi Ngendlela Emnene

IBhayibheli lisikhuthaza ukuba sibe nomoya omnene, ngisho nalapho sichukuluzwa. Ingabe leso seluleko siyasebenza ngempela?

“Ithemba LoMbuso Alilona Iphupho”

U-Efraín De La Cruz waboshwa futhi washaywa ngonya emajele angu-7 ngenxa yokushumayela izindaba ezinhle. Uye wayigcina kanjani intshiseko yakhe ivutha iminyaka engaphezu kwengu-60?

Iphayona Elingesabi

Phakathi neminyaka engu-60 esenkonzweni, u-André Elias walondoloza ubuqotho lapho ephenywa ngemibuzo futhi esongelwa.