Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

INGCEBO ESEZWINI LIKANKULUNKULU

“Yibani Nokholo KuJehova UNkulunkulu Wenu”

“Yibani Nokholo KuJehova UNkulunkulu Wenu”

Lapho uJehoshafati nabantu bakwaJuda besongelwa bathandaza bacela usizo kuJehova (2Kr 20:12, 13; w14 12/15 23 ¶8)

UJehova wabaduduza abantu bakhe futhi wabanikeza isiqondiso esicacile (2Kr 20:17)

UJehovah wabavikela abantu bakhe ngoba babethembele kuye (2Kr 20:21, 22, 27; w21.11 16 ¶7)

Lapho uGogi ehlasela abantu bakaJehova phakathi nosizi olukhulu, labo abanokholo kuJehova ngeke besabe lutho, nababethembayo labo abasebenzisayo ukuba bahole.—2Kr 20:20.