Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

INGOMA 32

Yiba NgakuJehova!

Yiba NgakuJehova!

(Eksodusi 32:26)

  1. 1. Zake zadidek’ izinhliziyo,

    Ziphuziswa amanga enkolo;

    Yek’ injabulo esaba nayo

    Lapho sizwa ngoMbuso.

    (CHORUS)

    Yiba kuJehova; Thokoza ngaye.

    ’Kasoz’ akushiye; Hamb’ ek’khanyeni.

    Zazise i’ndaba zenkululeko.

    UMbuso ngoKristu wokwanda njalo.

  2. 2. Ihlombe nehlombe simi noJah,

    Simemezel’ izindab’ ezinhle,

    Manje isikhathi sokunquma,

    Sime ngakuJehova.

    (CHORUS)

    Yiba kuJehova; Thokoza ngaye.

    ’Kasoz’ akushiye; Hamb’ ek’khanyeni.

    Zazise i’ndaba zenkululeko.

    UMbuso ngoKristu wokwanda njalo.

  3. 3. Asikwesab’ okwenziwa y’sitha

    Ngob’ uJehova uyos’vikela.

    Noma baningi siyingcosana,

    INkos’ isiph’ amandla.

    (CHORUS)

    Yiba kuJehova; Thokoza ngaye.

    ’Kasoz’ akushiye; Hamb’ ek’khanyeni.

    Zazise i’ndaba zenkululeko.

    UMbuso ngoKristu wokwanda njalo.