Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

Abangane Beqiniso

Abangane Beqiniso

Dawuniloda:

  • Iphepha Lamanothi

  1. 1. Kunzima ngezikhathi zok’gcina, um’ ungenamngane.

    S’ding’ usizo lwabangane.

    UJehova uyazi batholakalaphi abangane bangempela.

    Baphi bo? Khumbul’ esakufunda eZwini.

    (CHORUS)

    Abangan’ bangempela

    Bak’thanda njalo,

    Makukubi baseduze,

    Bayakuyala,

    Bakuncome futhi,

    Bak’size endleleni yok’phila,

    Nok’bek’ uJehova kuqala njalo.

    Owangempela lo.

  2. 2. IZwi lithi bakuthanda noma kubizela.

    Mazifiki izinking’ ungadangali. Thandaza; z’dlulise.

    Masibambane, kungakhathaliseki iminyaka yethu,

    Maduze sizoba ePharadesi.

    (CHORUS)

    Abangan’ bangempela

    Bak’thanda njalo,

    Makukubi baseduze,

    Bayakuyala,

    Bakuncome futhi,

    Bak’size endleleni yok’phila,

    Nok’bek’ uJehova kuqala njalo.

    Owangempela lo.

    (BRIDGE)

    Omthembayo,

    Nojabula ngokuth’ ukhonz’ uJehova,

    Ongancika kuye, akuvuse uma uwa​—

    Ngumngane lowo.

    (CHORUS)

    Abeqiniso bak’thanda z’khathi zonke,

    Makukubi nab’ eduze,

    Bayakuyala,

    Bakuncome futhi,

    Bak’size endleleni yok’phila,

    Nok’bek’ uJehova kuqala njalo.

    (CHORUS)

    Abeqiniso bak’thanda z’khathi zonke,

    Makukubi nab’ eduze,

    Bayakuyala,

    Bakuncome futhi,

    Bak’size endleleni yok’phila,

    Nok’bek’ uJehova kuqala njalo.

    Owangempela lo.

    Yeb’ umngane owangempela