PHAPHAMA! Septhemba 2014 | Indlela Yokubhekana Nokutubeka

Ukutubeka emsebenzini kungakugulisa futhi kukukhungathekise. Yini ongayenza ngakho?

Ukubuka Okwezwe

Okukhulunywa ngakho kuhlanganisa: umthetho oyala ukuba izingane zinakekele abazali asebekhulile, umbiko ngokuphathwa kwabesifazane ngobudlova ovela emthonjeni ongalindelekile nomgunyathi owenziwa ngobuhlakani.

ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI

Indlela Yokubhekana Nokutubeka

Amacebiso amane angakusiza ukuba ungavumeli umsebenzi wakho ukulimaze.

UMBONO WEBHAYIBHELI

Umthandazo

Ingabe kufanele sithandaze ezingelosini noma kosanta?

USIZO LOMNDENI

Indlela Yokuyeka Ukubamba Amagqubu

Ukuze uthethelele isenzo esibuhlungu esenziwe umuntu oshade naye kuwe, ingabe kufanele usithalalise noma ngisho ushaye sengathi akwenzekanga lutho?

Isifo Sikashukela—Ungawanciphisa Yini Amathuba Okuba Naso?

Abangamaphesenti angu-90 abanesandulela sesifo sikashukela abazi ukuthi banaso.

EZASENDULO

ISpain Sixosha Ama-Morisco

Ukunqotshwa kwezitha ngekhulu le-17 kwenza ukuba kube nezwe elingamaKatolika kuphela.

INGABE KWAKLANYWA?

Izinzwa Zentethe Ezisabela Ngokushesha

Isikhonyane esifudukayo sikugwema kanjani ukushayisana?

Ezinye Izihloko Ezikuyi-Internet

Ngingazichaza Kanjani Izinkolelo Zami Mayelana Nocansi?

Uma ubuzwa ukuthi: ‘Awukaze ulale namuntu?’ ungakwazi yini ukuchaza izinkolelo zakho mayelana nocansi usebenzisa iBhayibheli?

Okushiwo Ontanga Yakho Ngokuhlehlisa Izinto

Yizwa lokho okushiwo intsha ngezingozi zokuhlehlisa izinto nezinzuzo zokusebenzisa isikhathi sakho ngokuhlakanipha.

UNkulunkulu Uthuma UMose EGibhithe

UMose no-Aroni babonisa ukuba nesibindi njengoba bekhuluma noFaro omkhulu. Dawunilodani lokhu kwaziswa nixoxe ngakho njengomkhaya.