Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

PHAPHAMA! No. 5 2017 | Lapho Kugadla Inhlekelele—Ongakwenza Ukuze Usinde

Kungani kubalulekile ukuhlela ukuthi uzokwenzenjani uma kuba nenhlekelele?

IBhayibheli lithi: “Onokuqonda oyibonile inhlekelele ucashile; abangenalwazi abadlule ngakuyo bakhokhile.”—IzAga 27:12.

Lo magazini ubonisa lokho okufanele sikwenze ngaphambi kokuba kube nenhlekelele, lapho seyenzeka, nangemva kwayo.

 

ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI

Lapho Kugadla Inhlekelele—Ongakwenza Ukuze Usinde

La macebiso angasindisa ukuphila kwakho nokwabanye.

Okufanele Ukwazi Ngokonga

Ake sixoxe ngezindawo ezintathu lapho singakwazi khona ukonga​​—⁠ekhaya, ezimotweni nasezintweni esizenza nsuku zonke.

UMBONO WEBHAYIBHELI

Izimpi

Ezikhathini zasendulo, ama-Israyeli ayelwa izimpi egameni likaNkulunkulu. Ingabe lokho kusho ukuthi uNkulunkulu uyazisekela izimpi nanamuhla?

USIZO LOMNDENI

Kufanele Yini Udlale Imidlalo Eyingozi?

Abantu abaningi abasebasha bayakuthanda ukubona ukuthi kungakanani abakwazi ukukwenza, ngezinye izikhathi baze badlale nemidlalo eyingozi. Uyathanda yini nawe ukudlala leyo midlalo?

AMAZWE NABANTU

Ukuvakashela EKazakhstan

Kudala, amaKazakh ayengahlali endaweni eyodwa isikhathi eside futhi ayehlala kuma-yurt. Indlela aphila ngayo manje iwabonisa kanjani amasiko okhokho bawo?

INGABE KWAKLANYWA?

Amagobolondo Ezilwane Zasolwandle

Indlela amagobolondo ezilwane zasolwandle ame ngayo iwasiza ukuba avikele izilwane ezingaphakathi kuwo.

Ezinye Izihloko Ezikuyi-Internet

Kungani OFakazi BakaJehova Bengayi Empini?

OFakazi BakaJehova baziwa kuwo wonke umhlaba ngokwenqaba ukuya empini. Funda ukuthi kungani singayi.

Lapho Kugadla Inhlekelele, Uthando Lusishukumisela Esenzweni

Emazweni amaningi, oFakazi BakaJehova banikeza usizo lapho ludingeka.