INQABAYOKULINDA Juni 2013 | Umhlaba Ongenalo Ubandlululo—Nini?

UNkulunkulu kuphela ongaluqeda nyá ubandlululo. Uyoluqeda nini futhi kanjani?

ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI

Ubandlululo—Inkinga Yomhlaba Wonke

Luyini ubandlululo? Kungani kungase kuthiwe luyinkinga ekuwo wonke umuntu emhlabeni?

ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI

Umhlaba Ongenalo Ubandlululo—Nini?

Izinto ezenzeka ngempela zifakazela ukuthi iBhayibheli liyabasiza abantu ukuba banqobe ubandlululo. Luyoqedwa nini ngokuphelele?

SONDELA KUNKULUNKULU

UJehova “Akakhethi”

UNkulunkulu ulalela imithandazo yabakhulekeli bakhe kungakhathaliseki ukuthi abaluphi uhlanga, ubuzwe nomsebenzi abawenzayo. Sikwazi kanjani lokho?

Igugu Elinamakhulu Eminyaka Licashile

Funda ngendlela eyatholakala ngayo le nguqulo yeBhayibheli yesiGeorgia endala kunazo zonke.

Ingabe Kufanele Sithandaze Kosanta?

Umbono weBhayibheli ngokuthandaza kosanta uhilela impendulo yalo mbuzo: Ingabe kufanele wesabe ukuthandaza kuNkulunkulu?

FUNDISA IZINGANE ZAKHO

Yini Esingayifunda Eselelesini?

Lapho uJesu esezokufa, wathembisa iselelesi ayebethelwe naso ukuphila ePharadesi. Wayesho ukuthini uJesu, futhi lelo Pharadesi liyoba njani?

Izimpendulo Zemibuzo YeBhayibheli

Naphezu kwemizamo eqotho yabaningi, abantu baye bahluleka ukuletha ukuthula emhlabeni. Thola isizathu.

Ezinye Izihloko Ezikuyi-Internet

Ingabe OFakazi BakaJehova Bayazamukela Ezinye Izinkolo?

Funda indlela ukwamukela abanye okuwabonakalisa ngayo amaKristu eqiniso.