PHAPHAMA! Januwari 2013 | Ukukhulisa Izingane Ezicabangelayo Ezweni Elinobugovu

Indlela yokugwema amaphutha amathathu abavame ukuwenza abanye abazali.

Ukubuka Okwezwe

Hlale wazi ngezenzakalo zamuva nezinto ezithakazelisayo emhlabeni kabanzi.

USIZO LOMNDENI

Indlela Yokukhulumisana Nengane Yakho Esithombile

Ingabe uyakhungatheka lapho ukhuluma nengane yakho esithombile? Yiziphi izici ezenza kube inselele?

INGXOXO NOTHILE

Isazi Samakhemikhali Ezinto Eziphilayo Sichaza Ngokholo Lwaso

Funda ukuthi yimaphi amaqiniso esayensi esawacabangela nokuthi kungani sinokholo eZwini likaNkulunkulu.

ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI

Ukukhulisa Izingane Ezicabangelayo Ezweni Elinobugovu

Cabangela izici ezintathu ongasiza kuzo izingane zakho ukuze zingabi nobugovu.

AMAZWE NABANTU

Ukuvakashela ECameroon

Funda ngamasiko nangabantu bakuleli zwe lase-Afrika.

UMBONO WEBHAYIBHELI

IPharadesi

Ingabe lisezulwini noma liyindawo engokoqobo esemhlabeni? Obani abangaphila khona?

INGABE KWAKLANYWA?

Isimiso Sokuthungatha Umzila Se-Bar-Tailed Godwit

Funda ngohambo lwale nyoni lwezinsuku ezingu-8, okunye ukufuduka okumangalisa kakhulu okwaziwayo.

Ezinye Izihloko Ezikuyi-Internet

Ngingabhekana Kanjani Nokuhlukunyezwa Ngokobulili?

Funda ukuthi kuyini ukuhlukunyezwa ngokobulili nokuthi yini ongayenza uma uhlukunyezwa.

USolomoni Wenza Ngokuhlakanipha

Tholani ukuthi yini engekho kulesi sithombe, nihlanganise amachashazi bese nisifaka imibala.