PHAPHAMA! Meyi 2013 | Zivikele Ebugebengwini!

Abantu abaningi babheka ubugebengu njengenye yezinkinga ezinkulu kakhulu ababhekene nazo. Funda ngokuthi ungazivikela kanjani.

Ukubuka Okwezwe

Izinto okukhulunywa ngazo zihlanganisa: Izibhamu ezishaqwe abezokuphepha ezikhumulweni zezindiza, ukuhlukaniswa kweSonto noHulumeni eNorway nokuntuleka kokudla eNdiya.

USIZO LOMNDENI

Indlela Yokuyala Ingane Yakho Esithombile

Ukuyala kusho ukufundisa. Izimiso zeBhayibheli zingakusiza ukuba ufundise ingane yakho ukulalela kunokuba ibe yihlongandlebe.

ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI

Zivikele Ebugebengwini!

Ungakuphephisa kanjani ukuphila kwakho nokwabathandekayo bakho?

INGXOXO NOTHILE

Intokazi EngumJuda Ichaza Ngokwayenza Yaphinde Yahlola Izinkolelo Zayo

Ibuphi ubufakazi obaqinisekisa uRacquel Hall ukuthi uJesu wayenguMesiya ayelangazelela ukufika kwakhe?

EZASENDULO

UKoresi Omkhulu

Wayengubani uKoresi futhi yiziphi izibikezelo ezimangalisayo ezenziwa eminyakeni cishe engu-150 ngaphambi kokuba azalwe?

UMBONO WEBHAYIBHELI

Isimo SikaNkulunkulu

Ingabe uNkulunkulu ungumuntu ongokoqobo noma ungamandla nje? Abantu badalwa ngomfanekiso kaNkulunkulu ngayiphi indlela?

INGABE KWAKLANYWA?

Umzimba “Oyiso” We-Brittle Star

Funda amaqiniso athakazelisayo ngalesi silwanyana esihlala emanzini angajulile.

Ezinye Izihloko Ezikuyi-Internet

Ngenzenjani Uma Nginenkinga Yempilo? (Ingxenye 1)

Abasha abane bachaza ngezinto ezibasizayo ukuze babhekane nezinkinga zabo zempilo futhi bahlale benombono oqondile.

ULoti Nomndeni Wakhe—Indaba Elandiswa Ngezithombe

Zithathele lo msebenzi, ubone ukuthi yini ongayifunda kuLoti nasemndenini wakhe.