INQABAYOKULINDA Novemba 2009

ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI

Inkolelo-ze Eyodwa Iholela Kwenye

Qhathanisa lezi zinkolelo-ze nalokho iBhayibheli elikufundisayo ngempela.

ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI

Inkolelo-ze 1: Umphefumulo Awufi

Thola ukuthi iBhayibheli lifundisani ngomphefumulo.

ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI

Inkolelo-ze 2: Ababi Bahlushwa Esihogweni

Ingabe uNkulunkulu owuthando angabajezisa ngempela abantu phakade?

ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI

Inkolelo-ze 3: Bonke Abantu Abalungile Baya Ezulwini

Ingabe iningi labantu abalungile liyohlala ezulwini noma emhlabeni?

ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI

Inkolelo-ze 4: UNkulunkulu UnguZiqu-zintathu

Inkulumo ethi kunabantu abathathu kuNkulunkulu oyedwa ayitholakali ndawo eBhayibhelini. Kungani kunjalo?

ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI

Inkolelo-ze 5: UMariya UnguNina KaNkulunkulu

Funda ngomsuka wokukhulekela uMariya uthole nalokho okushiwo iBhayibheli ngoMariya.

ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI

Inkolelo-ze 6: UNkulunkulu Wamukela Izithombe Nemifanekiso Ekukhulekeleni

Thola ukuthi kungani umphostoli uJohane axwayisa amaKristu ngokumelene nokusebenzisa izithombe.

IZINDLELA ZOKWENZA UMNDENI UJABULE

Lapho Oshade Naye Ehlushwa Impilo

Funda ukusikisela okuthathu okungasiza imishado enomuntu onesifo esingamahlalakhona.

IBhayibheli—Indaba Emangazayo Yokusinda Kwalo

Funda ngemizamo yokushabalalisa iBhayibheli, nendlela elasinda ngayo kuze kube namuhla okubonisa ukuthi le incwadi emangalisayo.