PHAPHAMA! Okthoba 2012 | Indlela Yokuphumelela Esikoleni

Uyafuna yini ukwenza kangcono esikoleni? Lolu chungechunge luxoxa ngezihluthulelo ezinhlanu zokuphumelela.

ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI

Indlela Yokuphumelela Esikoleni

Ongazuza kakhudlwana emfundweni yakho. Kulolu chungechunge sizochaza izihluthulelo ezinhlanu zokuphumelela.

ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI

Yiba Nomdlandla

Yiziphi ezinye izinto ezingakukhuthaza uthuthuke esikoleni?

ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI

Hleleka

Amacebiso ngendlela yokugwema ukucindezeleka ngomsebenzi wesikole nokuthola amamaki amahle esikoleni.

ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI

Thola Usizo

Kubaluleke kakhulu ukuba nabantu abazokusiza. Ungaya kubani ukuze uthole usizo?

ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI

Zigcine Unempilo Enhle

Ukunakekela impilo yakho kungathuthukisa indlela osebenza ngayo esikoleni—nesimo sempilo yakho.

ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI

Yiba Nomgomo

Uyazi yini ukuthi imfundo yakho izokuholela kuphi? Yiziphi izici okufanele uzicabangele?

ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI

Lokho Abazali Abangakwenza

Izingane zibhekana nezinselele eziningi esikoleni. Ungazisiza kanjani?

Ukunqoba Ekulweni Nokukhuluphala Kwentsha

Funda ngendlela omunye owayewumlutha wokudla okungenamsoco enza ngayo ushintsho olulula futhi wakwazi ukulawula imikhuba yakhe yokudla.

Ukubhekana Ubuso Nobuso Nama-gorilla Asemathafeni

Hambisana nathi njengoba siya esiqiwini i-Dzanga-Ndoki National Park futhi ubone uMakumba, i-gorilla lasemathefeni asentshonalanga.

INGABE KWAKLANYWA?

Izinzwa Zebhungane I-black fire

Yini onjiniyela nabacwaningi abangayifunda kuleli bhungane elingavamile?

INTSHA IYABUZA

Yini Engingayilindela Emshadweni?—Ingxenye 2

Funda ngokuthi ungazilungiselela kanjani izinselele ezingalindelekile ekuphileni kwasemshadweni.

Imibiko Yezindaba Ethusayo Nezingane Zakho

Ingabe izingange zakho ziyesaba ngenxa yemibiko yezindaba? Ungazisiza kanjani zibhekane nesimo?

UMBONO WEBHAYIBHELI

Ingabe Izinkanyezi Ziyakuthinta Ukuphila Kwakho?

Abaningi baphendukela ekufundeni izinkanyezi ukuze bathole izeluleko neziqondiso ngokuphila kwabo. Ingabe ngempela izinkanyezi zingasisiza?

Ukufeza Indima Yakho Njengomzali

Ungazisiza kanjani izingane zakho ukuba zibhekane nezinselele zokuziphatha ezihlangabezana nazo namuhla?

IBhayibheli​—Incwadi Yesiprofetho Esinembile—Ingxenye 6

Ingabe ikhona incazelo ekhethekile yezimo zezwe zamanje? Hlola iziprofetho ezingu-7 ezenza isikhathi sethu sibe esikhethekile.

Ukubuka Okwezwe

Izinto okuxoxwa ngazo zihlanganisa lezi: Izingcindezi zempilo yasemadolobheni, i-Facebook, nokuthi imikhuba yokubukela ithelevishini ibuthinta kanjani ubude besikhathi sokuphila.

Ukubukeza Komkhaya

Kule nyanga funda ngoNowa, uNehemiya, noFakazi BakaJehova baseZambia.