Dlulela kokuphakathi

UJesu

Ungubani UJesu

Ingabe UJesu Wayengumuntu Nje Olungile?

Okwenza uJesu waseNazaretha waba nethonya kunabo bonke abantu abake baphila emhlabeni.

Ingabe UJesu UnguNkulunkulu UMninimandla Onke?

Wathini uJesu ngesikhundla sakhe uma eqhathaniswa noNkulunkulu?

Kungani UJesu Ebizwa Ngokuthi INdodana KaNkulunkulu?

Uma uNkulunkulu engamzalanga uJesu ngendlela abazali abangabantu abazala ngayo izingane, kukanjani uJesu eyiNdodana kaNkulunkulu?

Ungubani Umphik’ ukristu?

Ingabe useza noma usekhona kakade?

Ubani ULizwi KaNkulunkulu Noma Liyini Izwi LikaNkulunkulu?

Ngendlela elisetshenziswa ngalo eBhayibhelini, leli gama linezincazelo ezingaphezu kweyodwa.

Ingubani Ingelosi Eyinhloko UMikayeli?

Waziwa nangelinye igama, okungenzeka ulijwayele kangcono.

Ukuphila KukaJesu Emhlabeni

UJesu Wazalwa Nini?

Thola ukuthi kungani uKhisimusi ugujwa ngo-December 25.

Lithini IBhayibheli NgoMariya?

Abanye bathi uMariya wayengenaso isono. Ingabe iBhayibheli liyakufundisa lokho?

Zazingobani “Izazi Ezintathu”? Ingabe Zazilandela “Inkanyezi” YaseBethlehema?

Izinkulumo eziningana ezisetshenziswa ezindabeni zikaKhisimusi empeleni aziveli eBhayibhelini.

Ingabe Izazi Ziyakholelwa Ukuthi Wake Waba Khona UJesu?

Thola ukuthi ziyakholelwa yini ukuthi uJesu wayengumuntu ongokoqobo.

Ingabe IBhayibheli Linomlando Onembile Wokuphila KukaJesu?

Cabangela amaqiniso ngamaVangeli nemibhalo yakudala kunayo yonke eyaziwayo.

Wayebukeka Kanjani UJesu?

IBhayibheli liyasibeka esithombeni ngokuthi uJesu wayebukeka kanjani.

Ingabe UJesu Wayeshadile? Wayenazo Yini Izingane Zakubo?

Njengoba iBhayibheli lingakhulumi ngokuqondile ngesimo sakhe uma kuziwa endabeni yokushada, singazi kanjani ukuthi wayeshadile noma cha?

Walotshwa Nini Umlando KaJesu?

Ngemva kokufa kukaJesu kwadlula isikhathi esingakanani ngaphambi kokuba kulotshwe amaVangeli?

Ukufa Nokuvuka KukaJesu

Kungani UJesu Afa?

Abantu abaningi bayazi ukuthi uJesu wafa ukuze sithole ukuphila okuphakade. Kodwa ukufa kwakhe kusisiza kanjani ngempela?

Ingabe UJesu Wafela Esiphambanweni?

Abantu abaningi babheka isiphambano njengophawu lobuKristu. Ingabe kufanele sisisebenzise lapho sikhulekela?

Ingabe Isidumbu SikaJesu Sasisongwe NgeNdwangu YaseTurin?

Amaqiniso amathathu abalulekile asiza ekunikezeni izimpendulo ngeNdwangu YaseTurin.

Ngemva Kokuvuswa KukaJesu, Ingabe Wayenomzimba Wenyama Noma Womoya?

IBhayibheli lithi uJesu ‘waphiliswa emoyeni,’ pho abafundi bakhe bakwazi kanjani ukumbona nokumthinta ngemva kokuvuswa kwakhe?

Indima KaJesu Enjongweni KaNkulunkulu

UJesu UnguMsindisi—Kanjani?

Kungani kufanele uJesu asincengele kuNkulunkulu? Ingabe ukholo kuJesu lwanele ukuze sisindiswe?

Ingabe Ukukholelwa KuJesu Kungakwenza Usinde?

IBhayibheli likhuluma ngabathile ababekholelwa kuJesu kodwa abangeke basindiswe. Kungenzeka kanjani lokho?

Kungani Sithandaza Egameni LikaJesu?

Cabanga ngokuthi ukuthandaza egameni likaJesu kumdumisa kanjani uYise nokuthi kubonisa kanjani ukwazisa nenhlonipho ngaye.

Kuyini Ukuza KukaKristu?

Ingabe sonke siyombona lapho eza?